Sthandwa sami Ngizohlale ngikthanda Kuzo zonke izimo esidlule kuzo uhlal' unami Bambo lwami Bamba isandla sami yeah Uyimpilo yami Umphefumlo wami uphumula manginawe Ndlela yami Ngicel' uhambe nami Ungumthunzi wami Laph' ukphumula kwami, kuhleli kuwe Ngizohlale ngik'thanda ohh ohhh Ngifuna wena wedwa sthandwa sami Noma iynkinga ziningi Ngizohlale ngikuthanda wena njalo Noma impilo inzima Ngifuna wena wedwa sthandwa sami Noma iynkinga ziningi Ngizohlale ngikuthanda wena njalo Noma impilo inzima Kuzofika iskhathi Lapho skhathala khona Sizwa kphela amandla Ngicela ungbuke emehlweni Uzobona uthando lusekhona Kuphela ithemba elingabonwa You said you'll be my Superman I'll be your Lois Lane You will fight for my world if it gets dull you're my kaleidoscope Ngoba ukhanyisa umhlaba wami Ubuyisa ithemba lami Uthi kimi ngidlala ngawe Uma nginawe awufuni ngimbathe Ngoba wena uyingubo yami Come closer love Come closer love Ngizohlale ngik'thanda ohh ohhh Ngifuna wena wedwa sthandwa sami Noma iynkinga ziningi Ngizohlale ngikuthanda wena njalo Noma impilo inzima Ngifuna wena wedwa sthandwa sami Noma iynkinga ziningi Ngizohlale ngikuthanda wena njalo Noma impilo inzima Ngifuna wena wedwa Noma iynkinga ziningi Ngizohlale ngikuthanda wena njalo Noma impilo inzima
Lungi Naidoo的其他专辑
- 1726243200000
- 1722528000000
- 1648742400000
- 1635436800000
- 1633622400000
- 1633017600000